Archives
Sign In

You are seeing this because you have not yet updated your iBlog. Click on settings to edit...

Boksburg, Gautang
Sign InSign Up

Uthando Lwegazi - Ch4

11 years ago | 11896 Views

"I am so sorry babes but angazi ufuna ngenzeni ngoba ungithande usazi ukuthi nginomfazi kanti nawe ngokunjalo unendoda.Pho yini inkinga yakho?" kubuza yena belu uMelusi ebamba uThembeka amahlombe. "Me ngikuthanda ngalendlela exakile futhi engachazeki.Kodwa ngiboshiwe yilomshado nawe ngokunjalo. Why, why izinto zezenzeka ngalendlela kithi." washo egxumagxuma kuhle kwengane iphucwe iswidi emlonyeni.Washo zijuluka izinyembezi uThembeka.Kazi zazinyembezi zothando noma kwakungezengwenya. Zazimpompoza okwempopoma zaseVitoli kuThembeka elele esifubeni sikaMelusi. Wazesula ngezithupha uMelusi wasethi "Kuzolunga sthandwa sami uzobona wena sesihleli sobabili kungasekho okusiphazamisayo."

"Kodwa nini baby mina angisafuni kwehlukana nawe.Futhi ngibengisazi ukuthi uyolala nomunye umfazi.Nami ngapha lenja iyolala ingikhonkothela ubusukubonke.Uzwe ithi yee baby ngyakuthanda ngingakwenzela nayini oyofunayo mxm uhlanyiswa yi le mali yakhe,kwakuthi ngimthele ngamanzi abilayo."Usho ebheke uMelusi emehlweni."Babes uyazi mina nawe sidalelwene.Nomakanjani sobasobabili emzini wethu." Kusho uMelusi emamatheka."Aw ngempela sthandwa sami"

"Hawu yini engasivimba wena sondela kengizwe usafana nayizolo na." Yasho ibamba uThembeka ngefiga enguMelusi,imbamba ngamathe.Umlomo emlonyeni sekuyibumncwamncwa kumunyuzwana.Amoyizele uThembeka athi"Uzoyimela lento oyiqalayo! Maqede anamathele kuMelusi ngamathe.Aphendule ngezindebe zakhe zimanzi futhi ziyilambele lentokazi.Angabe esakhuluma uMelusi aphakamise isimomondiya sakhe beshone ekamelweni lokulala. Afike asiphonsele embhedeni asiphulaze. Kubeyisiyaluyalu sekuqonga izimpahla zabo.Athi ukucofacofa lamabele uMelusi ake awancele aludlalise ulimi ezingonwe esenza indingilizi.Awayeke amkhothe umzimba kuhle kwengane ikhotha uice-cream. Izandla zizula nomzimba kaThembeka sengathi azina mnikazi.Zizeziyedlalela phakathi naphathi kwamathanga kaThembeka lapho sezimthinta sengathi lusiba.Umabhalane kaMelusi uze uthinte uThembeka uqobo lwakhe. Ezwakale esethi uThembeka "Ummmmmmmm, baby i want you."Angabe sapholisa amaseko uMelusi avele enze njengoba ecelwa.Lapho ke kuzwakale otsiki,tsiki kukhala umbhede namazwi athi oh, oh, oh, ooooooh baby, aaaah, aaaah, aaaaah come baby.Give it to mmmmm, aaaaaah, oh God i'm cumming. Kazikwasekunezingelosi yini ekamelweni.

Ngemva kwesikhathi bevalelene ekamelweni.Waphuma uMelusi sejuluke emazi te sengathi uthelwe ngomqomo wamanzi.Ngemva kokuthatha ishawa bobabili,uMelusi sekathi uyahamba yambamba ngesandla intombi yakhe yathi"Aw baby ujaheni? Ngicela uhlale nami bandla noma nje injaba mihlanu imizuzu kobekulungile."

"Hhayi cha babes wazi kahle hle ukuthi umyeni wakho angangena nayinini ukusuka manje.Uzokwenzani ma engithola lapha?"

"Mxxxxm! Eissssh nawe uzihlupha ngobala nje.Ngizomtshela ukuthi uwumngane wami.Ukuthi kanjani kubekungasafuni yena lokho."Washo ehlala phezukukaMelusi uThembeka emdlalisa intshebe maqede emqabula................................... by Nxayezwe Wayne Ndlovu
0 Nxayezwe
Tags: Nxayezwe,Uthando,Lwegazi

Comments

Comment as Anonymous Submit
Invite
What iBlog